Isikhafulo sibizwa futhi ngesiphephetho kulabo ubiza usebenzisa khona umuthi ukuze ubuyise umuntu obuthandana naye noma ufuna ukuthi umuntu akuthande noma ufuna ukumdlisa lesosikhafulo sokudlisa umuntu ngomoya sibizwa ngedlizo lomoya. Idliso lomoya lisebenzisa izithako ezifanayo nesikhafulo kuyenzeka zihluke nala nalaphaya. Umelaphi nomelaphi wenza ngendlela yakhe ehlukile, Lapha ngizochaza ngezikhafulo ezikhishwa lapha ku mnelisi.com.
Ungawubuzi umbuzo othi isikhafulo senziwa kanjani? Ngoba asisinye kuyancika kwisimo sakho ukuthi sizokunika esiphi. Izikhafulo enginazo zihlukile, ngikuthakela nganoma isiphi isikhafulo esikhona ngalesosikhathi. Kuyenzeka ngesinye isikhathi kudingeke uhlobo oluthile lwesikhafulo lapho ngiyakutshela ulinde uma singekho kwi stock. Ngizokwenza isibonelo: kunezikhafulo ezidinga uvuke ebusuku ukhafule nqunu, abanye abafikayo kumina bangabafundi abahlala eres abasherayo ngaleyondlela kumele ngibenzele into abangayisebenza kanye emini orumza bengekho kodwa kulona uhlobo engiluthandayo lolo. Ezinye zidinga ukuthunyiswa ezindaweni ezifana nako ma res kunanam sensors e-alarm. Abanye bahlala kude nolwandle abazi amanzi olwandle bangawathola kanjani, lapho kumele ngibenzele izikhafulo ezingadingi ulwandle.
Izikhafulo ze holly ash, izikhafulo zomchamo lezo uzifunda mahala kwi website yethu lena, awuzikhokheli. Uma uza kumina uzothola izikhafulo zomuthi wesizulu.
Ngike ngilalele izinyanga ezidumile zithi zinemithi yokwenza abantu rich, zikhulume zikolode, bese kufika abantu kumina usuku nosuku bezosho ukuthi bathenga izinto zemali kulezonyanga kodwa 5 years uphelile. Angiqondile ukugxeka izinyanga lapha, ngiqonde ukuthi akekho umuntu owenza umuthi osebenza kuwowonke umuntu. Kuyenzeka isikhafulo singasebenzi njengeminye imithi.
Lombuzo ufika zonke izinsuku alupheli usuku ungabuzwanga, Asikho isikhathi esaziwo nesisemthethweni sokusebenza kwesikhafulo. Ngingathi average hlambe kuba izinsuku ezintathu kuya ezinsukwini ezinhlanu.
Isikhafulo siwu R400, uzothola neminye imithi ngaphezulu kwezikhafulo. Kuba yi package, imithi ngiyikhipha ngezindlela ezahlukene kuyancika futhi nokuthi umuntu ungixoxele indaba yakhe wathini? Kuyenzeka ngikhiphe izikhafulo ezimbili ngesikhathi esisodwa imali ayishintshi, imithi engiyifaka ngaphezulu futhi ayiyishintshi imali, kuke kube imithi yogazi noma yokususa isinyama namabhadi uma ngisola isichitho ngiyawufaka nomuthi wesichitho.
Ngiwumuntu ophila impilo ngobuntu, kuke kwenzeke kufike umuntu athi "bengishaya indoda yahamba, manje ngifuna ukuyibuyisa"
omunye athi "ngabanjwa yindoda ekamelweni nenye indoda manje ngifuna ukubuyisa indoda yami lena eyangibamba".
Ngike ngisize abantu abadinga usizo ngoba bexakekile bengazenzanga.
Umuthi owenza ngobuqili awujwayele ukusebenza. Isibonelo: kuyenzeka kufike umuntu wesifazane
aqambe amanga athi uhlukene ndoda, kanti nguye owafeba wadevosa, emva kwalokho watha izimoto nomuzi wendoda,
yahlupheka indoda yaze ya recover yaqhubeka nempilo yaba rich, manje lomuntu wesifazane useshawa ngumhlaba, afike angasisho story sonke
aqambe amanga, ngimenzele isikhafulo ingabuyi indoda, abuye ezo complainer ngilandele indaba sengimbuza kabanzi ngithole ukuthi nguye
owadlala ngendoda, umuthi wami ngike ngiwuthandazele ngifise ukuthi ezintweni ezinjalo ungasebenzi. Ngoba leyondoda isiqhubekile
nempilo yathola omunye manje kumele ihlukane nomuntu wayo ngenxa yakho futhi owafeba.
Sbahle Ntusi
Ngcela ukubuza masusisebenzisile kmele ulinde iskhathi esingakanani kuze ubone umehluko.
Mnelisi.com
asikho isikhathi esinqunyiwe sesikhafulo, engingakutshela kona ukut abaningi babuya kusuka
osukwini lwesithathu kuya kolwesihlanu, kuyenzeka muntu abuye nge hour lilodwa emva kokukhafulo so asikho isikhathi esaziwayo
Nondumiso Mpanzah
Cela kubuza masingakusebenzeli iskhafulo kusuke kwenziwa yini?
Mnelisi.com
Nondumiso Nonduh Mpanzah ngiyawuthand umbuzo wakho, kunabantu abansetshenzelwa ngumuthi,
kuyenzeka idlozi lakho lingawufuni ikakhulu makukhona okumele ukwenze like ukuthwasa,
kuyenzeka uthakelwe umuthi ongekho strong, kuyenzeke kunge nguwe ongawusebenzisi ngendlela,
kuyenzeka kube nguwe owenze okuwrongo kakhulu okungaxoleleleki, an example: usisi othile wafuna isikhafulo
wangachaza, kanti wadevosa indoda wathatha umuzi nezimoto, wathatha nezingane, indoda yaqhubeka nempilo yavula amabusiness
elokshin lomuntu wesifazane waba nomona manje seyifuna back, in that case umuthi awusebenzi, izizathu ziningi sisi
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.